08/05/2023
°•"Cha Wehlile Boh Emzimbeni 🙆😲"
Guy's Sehliswa Ukungabi Namali Nokungasebenzi💔😭Sehliswa Ukuhamba Kweminyaka Kungekho Lutho Esikuphethe Esandleni💔😭
Sehliswa Ukubalisa Nsuku Zonke💔😭Sehliswa Ukubona Amakhaya Ethu Ewa Kodwa Singakhoni Ukuwavusa Ngenxa Yokuba Nzima Kwempilo💔😭
Guy's Ziningi Izinto Esibhekane Nazo Sibancane😥🤞Ungaboni Sihleka Ayikho Neze Into eHamba Kahle😭💔
Sehliswa Ukuzwa Abazali Bethandaza Becelela Thina Impilo Encono 😭💔Ngoba Bona Bengesenathemba😭💔Sehliswa Ukubona Abazali Bethu Kuyibona Abakhulisa Izingane Zethu💔😭Ngoba Thina Sengenawo Amandla💔😭Abanye Behliswa Ukungabi Nabazali Abazokhala Kubo💔😭
Bafowethu Sehliswa Ubuhlungu 💔😭Nengcindezi Nokungaqondi Kwezinto💔😭Kanye Nezilingo Nezivunguvungu Zalelizwe🤞💔😥
Kodwa ke Siningaqhubeka Nisihlebe Nisijaje💔😭Ngoba Anazi Ngezimpilo Zethu🤞😥💔
Follow me 👏 'GqoBhozaYo 🙏
MgQøBhōZ' WåBø
😻