16/10/2022
Sanibona, sinenkinga la yabantu abangafuni ukulalela, I'm explaining this for the last time, ngizobhala futhi ngesizulu ukuze engabibikho ozothi akezwanga.... Le group iyakhangisa (ADVERTISE) for omama besibani sezwe, akusimi nkosyami owenza ubuhlaluπΆ.
1. Ama price obuhlalu angiwazi that's why I say abantu abafonele I number ebhalwe kuleli page.
2. Omama engibakhangiselayo base Mpangeni, e Dlangezwa isgodi, (that's in KwaZulu Natal)
3. Angihlali empangeni Kanye nomama abenza ubuhlalu
4. Anginazo ezinye izithombe to share, lezi eziphostwe la izona kphela engazishutha ngsase Dlangezwa.
5. Kunezikhathi zoku message, awukwazi ukumessage I page at 11 ebsuku and expect ukuphendulwa same time, let's respect one another in that regard.
6. Umuntu obuza into eyodwa Kaningi ngisho esephenduliwe will be blocked