REDO MS Productions

REDO MS Productions And videography and photography in all types of events we travel all over the province 🤌

Unlock the power of visual storytelling with REDO MSWe specialize in creating stunning, tailored graphic designs that amplify your brand's presence and resonance.

Akasekho emhlabeni uMnumzane Martin Ziqubu obekusetshenziswa iphimbo lakhe emsakazweni uKhozi fm nobedume ngelikaNgqongq...
25/07/2025

Akasekho emhlabeni uMnumzane Martin Ziqubu obekusetshenziswa iphimbo lakhe emsakazweni uKhozi fm nobedume ngelikaNgqongqo kumdlalo womoya i-Kusakusa,kanti futhi ubebuye abe ngumlingisi kumanonakude.

🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
25/07/2025

🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

Wuye Losisi obulewe wumyeni wakhe izolo e Nazareth e Pinetown eThekwini... umyeni ubeyiphoyisa...sengibuzile kwababaziyo...
24/07/2025

Wuye Losisi obulewe wumyeni wakhe izolo e Nazareth e Pinetown eThekwini... umyeni ubeyiphoyisa...sengibuzile kwababaziyo Bathi umyeni ubethatha unkosikazi wesibili futhi ubesemlobolile..usisi ubengakufuni lokho wathi okuncono abahlukanise...usisi usukile emqashweni wakhe omdala wayohlala komusha la engazi khona... kusolakala ukuthi umlandelile ephuma emsebenzini wase ebona ke ukuthi usehlalaphi...iphoyisa nalo lizibulele emva kokumbulala

ENINGIZIMU Afrika isalokhu iqhubeke njalo inkinga yezemfundo okubukeka igqama kakhulu emagunjini okufundelwa kuwona izib...
24/07/2025

ENINGIZIMU Afrika isalokhu iqhubeke njalo inkinga yezemfundo okubukeka igqama kakhulu emagunjini okufundelwa kuwona izibalo okubukeka kuseyinselelo enkulu ukuthi abafunde bazifunde futhi baziphase ngamalengiso kanjalo neziyamene nobuchwepheshe nesayensi.

Lokho kwafakazelwa wucwaningo lwe-Trends in International Mathematics Science (TIMSS), olwadalula ukuthi izingane ezifunda uGrade 5 ezweni zazikeliswe emsileni emazweni awu-59 enza kahle ezibalweni nasezifundweni zesayens, lokho okuvela ukuthi kuba yinkinga kuze kuyofika esigabeni samabanga aphezulu emfundo.

Kanjalo futhi noMnyango wezeMfundo eyiSisekelo ngo-2024 udalule ukuthi sehle sisuka ku-49% saya ku-39% isibalo sabafundi ba-matric abakhetha i-maths ngqo kusuka ku-2010. Nanokuthi kulabo ababhale ukuhlolwa kwango-2024, wu-17.4% kuphela owathola ngaphezu kwa-60% ezibalweni, okwenza ukuthi zikwazi ukungena ohlelweni lokukwazi ukwenza izifundo ze-Science, Technology, Engineering and Mathematics (STEM) ezikhungweni zemfundo ephakeme.

EZINGENAYONamuhla kuzovela amaqiniso nokufakaz ecaleni lika senzo menyiwaKubikwa ukuthi onke amaqiniso azohlala ebala ok...
24/07/2025

EZINGENAYO

Namuhla kuzovela amaqiniso nokufakaz ecaleni lika senzo menyiwa

Kubikwa ukuthi onke amaqiniso azohlala ebala okwezinqa zika mawho UMbuso kulindeleke ukuthi uphothule ubufakazi bawo namuhla ecaleni lokubulala uSenzo Meyiwa.

Abashushisi bazohambisa umqulu wokugcina, ozophetha iminyaka emibili yobufakazi ngaphansi kweJaji u-Ratha Mokgoatlheng. Amadoda amahlanu asolwa ngokubulala ukaputeni weBafana Bafana ngo-2014 ekhaya kubo komculi uKelly Khumalo.

Kusukela ngoJulayi 2023, kuzwakale ofakazi boMbuso kuphela. U-Advocate George Baloyi ukuqinisekisile ukuthi ubufakazi boMbuso sebuphelile. Abameli babamangalelwa manje sebezoqala ukwethula ofakazi njengoba ukuqulwa kwecala kungena esigabeni esibalulekile sokufuna ubulungiswa balesi sihlabani sebhola. Namhlanje lindela update amahlathi aphelile

Ungakhohlwa uku follower ipage ngane zakwethu bese uyalike kwi page inkosi ikubusise uma wenze njalo

REDO MS Productions

24/07/2025

Address

H134 Main Road
Hluhluwe
3960

Opening Hours

Monday 08:00 - 17:00
Tuesday 08:00 - 17:00
Wednesday 08:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 17:00
Saturday 08:00 - 17:00

Telephone

+27724910393

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when REDO MS Productions posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share