Igumbi lamadoda nenkinga

Igumbi lamadoda nenkinga Imibono

30/11/2025

Sanibonani bafethu ninjani ngicela sokhulumeni nganayi inkinga .inkinga ithi kwenziwa yini ukungabi nomudladla wocansi ingabe kukhona oku wrong na

27/11/2025

sanibonani kulomuzi wamadoda bafethu ngibuhlungu hluuuu ngokungafuni kwamadoda ukukhuluma ngezinkinga esibhekene nazo singamadoda .thina madoda sinesifo esibi sokungafuni ukukhuluma ngenkinga esinazo ngoba sithi indoda ayikhali angazi noma amadoda awawona na abantu bona bafethu lomuzi engiwakhayo ngenza indawo yokuthi singamadoda sizokhala khona sisodwa sibonisaneni sakhaneni silaphane ngezinkulumo ngaze ngenza ne WhatsApp group lazizokhuluma khona konke esibhekana nakho emizini esiyakhile namakhosikazi esinawo.bafethu indaba yami noma inkinga ila inkinga kunomuntu wesifazane engithandana naye kumnandi but inkinga enkulu uma siya enkonzweni sihlabelela kahle kubemunandi inkinga iqala uma sekufanele ngishumayele kuvesane kungashumayeleki angazi kwenzakalani sekwenzeke sekukaningana lenkinga yenzeka ngicela ningakhise lomuzi obhidlikayo bafethu. ngiyamuthanda lomuntu and usefuna nokungishiya ngilekeleleni madoda 💔💔💔😭😭😭😭

16/10/2025

sanibonani lazindaleni ngingena la ngoba ngikhathazekile ngalomuzi ebengithi lizokwakheka kube umuzi omkhulu wamadoda la sizokwakhana khona sidodisane kube indawo yamadoda la alapheka khona nawabhekene nezinkinga zempilo but akwenzakanga lokho ngoba amadoda analento okuthiwa praying (ukuzikhukhumeza ) ukungafuni ukukhala ngoba kunalenkolelo yokuthi indoda ayikhali .madoda bonke ubuhlungu buya enhliziyweni # madoda ukuzikhukhumeza akuphilisi kuyabulala

23/04/2025

Sanibonani kulomuzi ninjani ngithi ake ngingene ngizwakalise ubuhlungu enginabo ngokufa kwale group ebengithi izosisiza sonke singamadoda ngokubonisana but ke kungicacele ukuthi asisoze sabumbana singamadoda sisizane ngezinkinga esibhekananazo empilweni ingakho kwanda kakhulu ukuzibulala nokubulawa kwabesifazane ingoba asifuni ukuphumela obala sikhulume sibonisane singabesilisa 💔💔💔

13/01/2025

💔💔💔💔 Sanibonani kulomuzi ninjani ngingena nje ngikhathazekile .ngikhathazwa ukunyamalala kwamadoda kulomuzi angazi ukuthi kwenzakalani ngibuhlungu kakhulu ukuthi lomuzi wakhelwa amadoda ukuthi azonisana asizane but akwenzeki lokho madoda kwenzakalani

26/12/2024

Sanibonani kulomuzi unjani ngicela ukubuza ukuthi kuthiwa yini igama lokuhehwa umuntu osekulile kunawe ukuthi uzithole ususecansini naye nibe ningathandani noma kunguye okuthandayo wena unganalo uthando but akusondele bese uzithola usulele naye but ungazi kanjani kwenzeke kanjani bese ekuntshela ukuthi kukhona okungahambi kahle kuye # sizani madoda kuyonakala

14/11/2024

Sanibonani kulomuzi wenkinga zamadoda ngizocela ukumema wonke amadoda ukuthe eze ku group eku whatsapp sizokhulumani sebonisane ngezinkinga esibhekana nazo njengamadoda iwhatsapp group number ithi 0822922609

27/10/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! ILento YakoSokhela Makhaza, Ian Gcwabaza, Lucky Nkumbano

20/10/2024

Sanibonani kulomuzi ingumbi lamadoda .madoda ngicela ngingiphe ulwazi ngisize enye insizwa engisondelene nayo ithi inenkinga yokufuna ukuya ocansini but umzimba unokuphikisana nekufunayo ayazi Ukuthi ingenzanjani kulenkinga enayo ingenzanjani makunje # sizani madoda

07/08/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Lwethurh Phakade, Linda Qwabe, Mlungisi Nzimande

28/07/2024

Sanibonani kulomuzi ninjani

Address

Vk
Volksrust
2470

Telephone

+27822922609

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Igumbi lamadoda nenkinga posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share